@MabuthoDubazana
maGolid' aseSummit.
2 months
IsiZulu101 Kwembulwa kwembeswa- kumuntu oganiwe, osuke egula ngoba yena usuke egadwe umkakhe, olokhu embula ingubo emubheka ukuthi usenjani ebese emebesa. Kubonwa ngokusa- kongaganiwe ngoba ulala yedwa, simubona esevukile ukuthi usaphila.
19
105
400

Replies

@KhubaBonga
Bonga Gawozi
2 months
@MabuthoDubazana Ayimuniki ukuphumula uYebe lento. 😂😂😂
1
0
3
@MabuthoDubazana
maGolid' aseSummit.
2 months
@KhubaBonga 🤣🤣Uthini loyo
1
0
0
@inkcubeko_kantu
Umlimandlela
2 months
@MabuthoDubazana Othi ngiku followe . Engathi we do the same content but eyami eyesiXhosa. Ngizofunda la isiZulu.
1
5
26
@SabhiCele
S'bushe ne Dilozi
2 months
@MabuthoDubazana “Ubuthwa nezibi”
0
0
7
@MrMtshali8
Mr Mtshali
2 months
@MabuthoDubazana Okusho ukuthi lezizimo zokukhuluma zisetshengiswa kumuntu wesilisa kuphela? Umakugula wesifazane sisebenzisa ziphi izomo zokukhuluma ezisho umqondo othi awufane nalona?
4
1
5
@mbuso_nduduzo
Mbuso Nduduzo
2 months
@MabuthoDubazana Simnandi kodwa isiZulu hha suka,
0
0
3
@BonganiNtuli
Sokhulu
2 months
@MabuthoDubazana 😂😂👌🏽
0
0
0
@LearnOrPerish_X
Ayand'amantungwa
2 months
@MabuthoDubazana Obangwa nezibi yena?
1
1
4
@ThileMevane
Thile Mevane NDE
2 months
@MabuthoDubazana Waybeka yaqonda lento🤝
0
0
0
@ngubiee
Craig
2 months
@MabuthoDubazana Ay ngeke sbali😃These are two different "nguni sayings" with equivalent meaning.Married or not is irrelevant here
0
0
5
@SibahleCebs
Thwishika kaDingabaphenduli
2 months
@MabuthoDubazana Isifundo = phumani ebumpohlweni
0
0
0
@KnownHandle
Wine & dine..
2 months
@MabuthoDubazana I like this kind of content❤ Siyabonga...
0
0
0
@TataweeBoys
Victor Qongo
2 months
@MabuthoDubazana Content 🔥🔥🔥
0
0
0
@Sithe_C_M
UZintaba Zimbona Zimoyizele …. \(••)/
2 months
@MabuthoDubazana 🤣🤣🤣
0
0
0
@sp_ngwenya
SP Ngwenya
2 months
@MabuthoDubazana Uyasazi isiZulu ndoda yamadoda.
0
0
1
@smsweli50
UmZulu-Wansondo
2 months
@MabuthoDubazana "Kwembulwa kwembeswa" uma umuntu egula eshintshwa izingubo, angasakwazi ukuzenzela lokhu. "Kubonwa ngokusa" umuntu esegulela ukufa kungaziwa kuyosa ephila noma cha... lezi zisho ziqonde lokhu; hhayi ukuhloba ngokobulili... Ngidodiseni uma nginhlanhlatha.😊
3
0
7
@felabonke
BABA
2 months
@MabuthoDubazana Hai ngenke…lencazelo inobandlululo.
0
0
0
@FittedZi
2 months
@MabuthoDubazana I was today years old.
0
0
0
@Muzimalevu2
ᴍᴜᴢɪ_ ᴍᴀɴᴛsʜɪɴɢᴀ
2 months
@MabuthoDubazana Ubangwan nezibi🤣🤣🤣
0
0
0