@MabuthoDubazana
maGolid' aseSummit.
4 years
Sithini IsiNtu. Inkulu indima edlalwa ngabesifazane ekwakheni ikhaya, nokuthula emndenini. NgokwesiNtu Uma kukhona enikudinga kumfowenu oseganiwe niqala kumlobokazi wakhe, kuliphutha futhi kuyindelelo ukuthi Uma udinga okuthile umeqe yena uye kumfowenu, kungumsebenzi wakhe...
Tweet media one
18
107
252

Replies

@MabuthoDubazana
maGolid' aseSummit.
4 years
Ukuthi izicelo zenu azedlulisele kuye. Lana sikhuluma ngodade abehlisa isithunzi so makoti ogane lapha ekhaya, ngisho umamezala imbala uqala kumalokazana wakhe adlulisele kwindodana Uma edinga okuthize kungaba ukudla noma imali. Kodwa izinsizwa akazwana nazo ziyaziyela.
1
14
39
@1_Sokhulu
Skhangane
4 years
@Mabutho_X56 Ngabe umlobokazi unalo yini ilungelo lokunqaba engakhulumanga nomyeni wakhe?
1
0
2
@MabuthoDubazana
maGolid' aseSummit.
4 years
@1_Phumula Cha Uma bemubikela yena udlulisela kuwe bese nibonisana njengabantu abangumuntu oyedwa
0
0
14
@Gatsheni_Buyani
Mdubusi...🐘
4 years
@Mabutho_X56 Iqiniso elim'sulwa nom'lobokazi akakwazi uk'nqaba engam'bikelanga um'thathi wakhe ngok'celwayo.
2
0
5
@MabuthoDubazana
maGolid' aseSummit.
4 years
@Gatsheni_Buyani I Qondile lento qhawe
0
0
3
@mashobanes
M B U L A Z I
4 years
@Mabutho_X56 Yiyo leyonto ekhweza abafazi emakhanda ethu: mina nje angikhulumi lutho nomfazi ogane ekhaya. Kungaba okaMfowethu noma ngabe ubani omunye. Uma kukhona okumele ngikukhulume ngiqondana naye lowakithi esazana kancono naye. Int' engiyilindele kumfazi ukuhloniphana kwaohela. Anguvumi!
1
0
1
@MabuthoDubazana
maGolid' aseSummit.
4 years
@mashobanes Uphuthume ukuphendula wangafunda kahle.
0
0
6
@FutureBite
Chilli Bite 
4 years
0
0
0
@Nkosentle_Mtolo
Countrylad🏞️
4 years
0
0
0
@Njabulo59480854
Njabulo Bhengu
4 years
@Mabutho_X56 Isiminya esingeke sa siphi kusa
0
0
0
@Hotep20964126
☥ᗰfσкα ᗰɗσƖσмвα☥
4 years
@Mabutho_X56 Sikeza kogwansile
0
0
1
@_Mcebo_
I am a Makhathini
4 years
@Mabutho_X56 Nayo insizwa eganiwe kubalulekile ukuthi ikumele ukuthi indlela eza kuyo idlula kum'kayo. Umakoti wakho kumnikeza isithunzi nendawo yakhe emndenini uma ezibona esedlala indima yokuxhumanisa umyeni wakhe nomndeni. Izinqumo engazizwa ngendaba...
0
3
23
@sphelele_jiyane
MAGOLWANE🌱🌽
4 years
@Mabutho_X56 Sibonge qhawe
0
0
2
@MabuthoDubazana
maGolid' aseSummit.
4 years
@Sphezi232 Hlonipha uyihlo nonyoko, yize abazali benakho ukuphambuka mhlampe sewungazama ukumbonisa
1
0
0
@mdletshe_sizwe
Pogba's Fan
4 years
@Mabutho_X56 Elimsulwa iqiniso 🤞
0
0
1
@HCDanisa
Halalisani C. Danisa
4 years
@Mabutho_X56 Kuliqiniso elingephikiswe, kulenkathi yamanje ukuthole umfowenu ewumngani naloyo oswele, ekubone kuyize ukuthi abike kumlobokazi ukuthi udinga ukudingida okuthize nomfowenu, okukhexisa kakhulu ubulili obungafani balaba abangasenhla.
0
0
2
@Malungiselelo
Malulu Hlokohloko Scofield
4 years
0
0
0
@Phiwayi78419009
Phiwayinkosi@
4 years
@Mabutho_X56 Khona uyakwenza uye kumnewenu kube nguye othi ngsazokhuluma nomalokhunjane ngoba nakho ukusukela umfazi womuntu kungukumeya
0
0
1